EUVIMEDEUVIMED entdecken
Open Access · CC BY-NC-ND 4.0

Ukucabanga ngokwesikhathi esedlule nangolimi oluhlukene: Ubukhosi bomhlaba ngasekupheleni kwekhulu-unyaka leshumi nesishiyagalolunye nasekuqaleni kwekhulu-nyaka lamashumi amabili kanye nanamuhla

Mbongiseni Buthelezi

South African Journal on Human Rights · 02.10.2025 · 41 (3-4) · 215-237

DOI: 10.1080/02587203.2026.2634916 ↗

Kurz gefasst

Fachartikel in der Zeitschrift South African Journal on Human Rights, online erschienen am 03.06.2026. Verfasst von Mbongiseni Buthelezi. Der Volltext ist frei zugänglich (Open Access, CC BY-NC-ND 4.0).

AbstractBibliografische AngabenZitierenVerwandte Studien

Abstract (Originalsprache)

ISIFINYEZO Imiphakathi yaseNingizimu Afrika ibizothuthuka kanjani eminyakeni engama-200 edlule ukube bekungekho umbuso wobukoloni nobugovu baseYurophu? ENingizimu Afrika, lo mbuzo usahlala uyinhloko yezimpikiswano zanamuhla mayelana nokuthi kusho ukuthini ukuba ngowase-Afrika emhlabeni wasemva kobukoloni. Kolunye uhlangothi, kukhona ababona kufanele kubuyelwe kokucatshangwa njengokwakuyimpilo yama-Afrika ngaphambi kobukoloni. Lokhu bakubona kuwukuthi abantu babehlala emizaneni yasemakhaya ngaphansi komthetho wesiko lapho amakhosi anamandla onke ayephethe khona. Ngakolunye uhlangothi, kukhona ukufuna ukubuyisela okwedlule njengomthombo wokucabanga ngendlela yokuqhubekela phambili kusukela esikhathini samanje. Lokhu kufaka phakathi, isibonelo, abadansi nabaculi abenza samdlalo izinto okuthiwa ‘ezesintu’, ‘zobuzwe’, nokunye okufana nalokho. Kulo mbhalo, ngihlaziya ukubona ngokuphathwa nokubuswa komhlaba kweNkosi uZwelithini kaBhekuzulu, iNkosi yakwaZulu esanda kwashona, njengoba wavezwa ngonyaka ka-2018. Ngihlanganisa indlela aphawula ngayo ngomhlaba kanye nendlela umhlaba awakhulunywa ngayo nguNkosi uCetshwayo ngo-1881 kanye nendlela abantu abahlanganiswa nguJames Stuart, isikhulu sobukoloni, abaxoxa ngayo ngalokhu ekuqaleni kwekhulu-nyaka lamashumi amabili. Ngihlose ngalokhu kuhlaziya ukuveza ukuthi singathatha kanjani izinyathelo ezilandelayo emizamweni yethu yokudlula emiqondweni esuselwe olimini falwesiNgisi, ephinde isibophele ezindeleni zokubona zobukoloni. ABSTRACT How would Southern African societies have evolved over the last 200 years had it not been for European imperialism and colonialism? In South Africa, this question remains central to present disputes about how to be African in a postcolonial world. At one end of a broad continuum of claims, there are conservative calls for restoration of what is imagined to have been African pre-colonial life, seen as people living in rural villages under customary law all-powerful chiefs administered. At the other end is a search for reclamation of the past as resource for thinking our way forward from the present. The latter includes, for example, artists who playfully engage with materials called ‘traditional’, ‘tribal’, and so on. In this article, I analyse the late Zulu King Zwelithini kaBhekuzulu’s conception of land in 2018. I juxtapose his articulation with how land was spoken of by King Cetshwayo in 1881 and by men colonial official James Stuart interviewed in the early twentieth century. Using this juxtaposition, I show how we can take the next steps in our attempts to move beyond English-language-based concepts that keep us trapped in colonial paradigms.

Zitieren

APA

Buthelezi, M. (2025). Ukucabanga ngokwesikhathi esedlule nangolimi oluhlukene: Ubukhosi bomhlaba ngasekupheleni kwekhulu-unyaka leshumi nesishiyagalolunye nasekuqaleni kwekhulu-nyaka lamashumi amabili kanye nanamuhla. South African Journal on Human Rights, 41(3-4), 215-237. https://doi.org/10.1080/02587203.2026.2634916

Vancouver

Buthelezi M. Ukucabanga ngokwesikhathi esedlule nangolimi oluhlukene: Ubukhosi bomhlaba ngasekupheleni kwekhulu-unyaka leshumi nesishiyagalolunye nasekuqaleni kwekhulu-nyaka lamashumi amabili kanye nanamuhla. South African Journal on Human Rights. 2025;41(3-4):215-237. doi:10.1080/02587203.2026.2634916

BibTeX
@article{Buthelezi2025,
  author = {Buthelezi, Mbongiseni},
  title = {Ukucabanga ngokwesikhathi esedlule nangolimi oluhlukene: Ubukhosi bomhlaba ngasekupheleni kwekhulu-unyaka leshumi nesishiyagalolunye nasekuqaleni kwekhulu-nyaka lamashumi amabili kanye nanamuhla},
  journal = {South African Journal on Human Rights},
  year = {2025},
  volume = {41},
  number = {3-4},
  pages = {215--237},
  doi = {10.1080/02587203.2026.2634916}
}
Kostenlos starten →